Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 47:12 - IsiZulu 2020

12 UJosefa wamhlinzeka uyise, nabafowabo, nabo bonke abendlu kayise ngokudla, ngokwenani labantu abasezindlini zabo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 UJosefa wamondla uyise, nabafowabo, nendlu yonke kayise ngokudla ngokwemilomo yezingane zabo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 UJosefa wondla uyise nabafowabo nendlu yakhe yonke ngesinkwa ngokwezizukulwane zabo.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 47:12
16 Referans Kwoze  

Ngizonondla nikuleyo ndawo, wena nabendlu yakho, nabo bonke abangabakho, ngokuba kusazokuba yiminyaka emihlanu indlala isalokhu idlangile.’ ”


Kodwa uma umuntu engabondli abakubo, ikakhulu abomndeni wakhe, ukulahlile ukukholwa, mubi ukwedlula nongakholwa.


Kepha uma umfelokazi enabantwana noma abazukulu, labo-ke mabafunde kuqala ukuhlonipha indlu yakwabo, benze okufaneleyo kubazali babo bekhombisa ukubonga, ngokuba lokho kwamukelekile phambi kukaNkulunkulu.


ngokuba ukuvocavoca umzimba kusiza kancane, kodwa ukwesaba uNkulunkulu kusiza ezintweni zonke, futhi kunesithembiso kulokhu kuphila nakulokho okuzayo.


nakuba sasingaba yisisindo kini njengoba singabaphostoli bakaKhristu, nokho saba mnene phakathi kwenu njengonina onakekela abantwana bakhe.


Uzovuselela ukuphila kwakho, akugcine ebudaleni bakho, ngokuba umalokazana wakwakho okuthandayo ukuzalele yena, ongcono kuwe ukwedlula amadodana ayisikhombisa.”


Hlonipha uyihlo nonyoko ukuze izinsuku zakho zande ezweni, uSimakade uNkulunkulu wakho akunika lona.


Kuyakuthi lapho senivunile, uFaro nimnike ingxenye yesihlanu, izingxenye ezine zibe yimbewu yamasimu enu, nokudla kwenu, nokwabendlu yenu, nabantwana benu.”


UJosefa wabasusa abantu kulo lonke iGibhithe, wabayisa emizini.


UJosefa wangena, wabikela uFaro, wathi: “Ubaba nabafowethu, nemihlambi yabo yezimvu, neyezinkomo, nakho konke abanakho, sebefikile bevela eKhanani, manje sebeseGosheni.”


Ngakho-ke ningesabi, ngizoninakekela nina nabantwana benu.” Wabaduduza ngokukhuluma nabo kanjalo.


UNkulunkulu wangithuma ukunandulela ukuze nibe yinsali emhlabeni, nisindiswe, kukhululwe abaningi.


Uyohlala eGosheni ukuze ube seduze kwami, wena nabantwana bakho, nabazukulu bakho, nemihlambi yakho yonke yezimvu nezinkomo, nakho konke onakho.


Bayakugaxa kuye lonke udumo lwendlu kayise, abozalo nezizukulwane, zonke izitsha ezincane, imicengezi nezinkamba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite