Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 46:29 - IsiZulu 2020

29 uJosefa wabophela inqola yakhe yempi, wakhuphuka, wamhlangabeza uyise u-Israyeli. UJosefa waziveza kuye, wamgona, wakhala isikhathi eside encike ehlombe lakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 UJosefa wayesebophela inqola yakhe, wakhuphuka ukumhlangabeza u-Israyeli uyise eGosheni; wazibonakalisa kuye, wawa entanyeni yakhe, wakhala ngasentanyeni yakhe isikhathi eside.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

29 UJosefa walungisa inqola yakhe, wakhuphuka ukumhlangabeza u-Israyeli uyise eGosheni, wammisa phambi kwakhe; wawela entanyeni yakhe wakhala isikhathi eside entanyeni yakhe.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 46:29
11 Referans Kwoze  

Yayisisuka, yaya kuyise. Kepha kuthe isekude, uyise wayibona, waba nesihe, wagijima, wayisingatha entanyeni, wayanga.


Kepha u-Esawu wathathela ngejubane wamhlangabeza uJakobe umnawakhe, wafike wamgona, wamgomothela, wamanga, base bekhala.


Bonke bakhala kakhulu, bamxhawula, bamanga,


Amadodana ka-Israyeli enza njengalokhu eyaliwe. UJosefa wawanika izinqola nomphako njengokusho kukaFaro.


“Ngiyakuyala, batshele ukuthi ngithi: ‘Zithatheleni nina nomkenu nabantwana benu izinqola lapha eGibhithe, nigibelise uyihlo nize naye lapha.


Wamgibelisa enqoleni yempi egitshelwa yilowo ongowesibili emva kwakhe, bamemeza phambi kwakhe, bathi: “Guqani!” UFaro wambeka ngaleyo ndlela-ke uJosefa, ukuba abe ngumbusi walo lonke iGibhithe.


UJosefa wathinteka kakhulu enhliziyweni yakhe lapho ebona umnawakhe, waphuma masinyane, wafuna indawo lapho angase akhale khona. Waya endlini yakhe, wakhala lapho.


Wakhala kakhulu baze bezwa nabaseGibhithe, leso sililo saze safinyelela nasendlini kaFaro.


U-Israyeli wathi kuJosefa: “Sengingafa manje njengoba sengizibonele ngawami ukuthi usawadla anhlamvana.”


Kwakhuphuka ngisho namabutho agibele izinqola zempi, nagibele amahhashi, kwaba yisixuku esikhulu kakhulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite