Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 46:27 - IsiZulu 2020

27 Amadodana kaJosefa azalelwa eGibhithe aba mabili, ngakho-ke bonke abendlu kaJakobe abaya eGibhithe babengama-70.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Amadodana kaJosefa azalelwa wona eGibithe ayengabantu ababili; bonke abantu bendlu kaJakobe abeza eGibithe babe ngamashumi ayisikhombisa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Amadodana kaJosefa azalelwa wona eGibithe ayeyimiphefumulo emibili; yonke imiphefumulo yendlu kaJakobe eyafika eGibithe yayingamashumi ayisithupha neshumi.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 46:27
7 Referans Kwoze  

UJosefa wathumela, walanda uyise uJakobe nabo bonke abakubo, abantu abangama-75.


Okhokho bakho babengama-70 ngesikhathi behlela eGibhithe; manje uSimakade uNkulunkulu wakho ukwenzile waba lukhumbintethe ngangezinkanyezi zezulu.”


Sebebonke abaphuma okhalo lukaJakobe babengabantu abangama-70. UJosefa wayevele eseseGibhithe.


USimakade wathi kuMose: “Khuphukela kuSimakade, wena, no-Aroni, noNadabi, no-Abhihu, namalunga angama-70 akwa-Israyeli; nikhothame ningikhonze nisekude.


UJakobe wayesethi kuSimeyoni noLevi: “Ningikhathazile, nangidonsela amanzi ngomsele kubantu bezwe, kumaKhanani namaPherizi; nina niyingcosana nje, bayakuhlangana basihlasele, bangichithe mina nendlu yami.”


Wena uyophendula phambi kukaSimakade uNkulunkulu wakho, uthi: ‘Ukhokho wami wayengumAramu owayezulazula, wehlela eGibhithe, wagogobala khona nabantu abayingcosana; waba yisizwe esikhulu khona, esinamandla nesiningi.


Lawa ngamagama amadodana ka-Israyeli afika noJakobe eGibhithe; yileyo naleyo nabedlu yayo:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite