Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 46:15 - IsiZulu 2020

15 Yilawo-ke amagama amadodana uLeya amzalela wona uJakobe ePhadani Aramu, noDina indodakazi yakhe. Esewonke amadodana namadodakazi kaJakobe ayengama-33.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Yilawo angamadodana kaLeya amzalela wona uJakobe ePhadani Aramu kanye noDina indodakazi yakhe; yonke imiphefumulo yamadodana akhe namadodakazi akhe yayingamashumi amathathu nantathu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Lawa angamadodana kaLeya awazalela uJakobe ePhadani Aramu kanye nendodakazi yakhe uDina; yonke imiphefumulo yamadodana akhe namadodakazi akhe yayingamashumi amathathu nantathu.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 46:15
14 Referans Kwoze  

Nanka amadodana ka-Israyeli: uRubeni, uSimeyoni, uLevi, uJuda, u-Isakhare, uZebuloni,


Amadodana kaLeya kwakunguRubeni, izibulo likaJakobe, kulandele uSimeyoni, uLevi, uJuda, u-Isakhare noZabuloni.


U-Isaka wayeseneminyaka engama-40 ngesikhathi eganwa nguRibheka indodakazi kaBhethuweli umAramu wasePhadani Aramu; wayengudadewabo kaLabani umAramu.


Amadodana kaZabuloni, kwakunguSeredi, u-Eloni, noJaleli.


Amadodana kaGadi: kwakunguZifiyoni, uHagi, uShuni, u-Ezibhoni, u-Eri, u-Arodi, no-Areli.


ULabani wayenamadodakazi amabili, igama lenkosazana kwakunguLeya, elikathunjana kunguRaheli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite