Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 45:19 - IsiZulu 2020

19 “Ngiyakuyala, batshele ukuthi ngithi: ‘Zithatheleni nina nomkenu nabantwana benu izinqola lapha eGibhithe, nigibelise uyihlo nize naye lapha.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 “Usuyaliwe: ‘Yenzani lokhu: Nithathele izingane zenu nawomkenu izinqola ezweni laseGibithe, nilethe uyihlo, bese niza.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Manje uyaliwe, kwenze; zithatheleni izinqola ezweni laseGibithe, nithathele abancane benu nabafazi benu, nilethe uyihlo, nize.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 45:19
8 Referans Kwoze  

UJakobe wasuka eBheri Sheba, amadodana ka-Israyeli amgibelisa uyise, nabantwana bawo, nomkawo ezinqoleni ezazikhishwe nguFaro ukuba zibathwale.


Bamlandisa konke okwakukhulunywe nguJosefa kubo, futhi wabona nezinqola ayezikhiphile ukuba zizomlanda. Waqala uJakobe ukuvuseleleka emoyeni.


Amakhosi ayakuba ngabazanyana bakho, nezindlovukazi zawo zibe ngabancelisi bakho; bayokukhothamela, ubuso bubheke phansi, bakhothe uthuli lwezinyawo zakho; uyokwazi ukuthi nginguSimakade, abethembela kimi abayukujabha.”


Ngilaleleni nina ziqhingi, niqaphele nina bantu abakude; uSimakade ungibizile kwasesibelethweni, wangiqamba igama kwasesiswini sikamame.


Ningakhathazeki ngempahla yenu, ngokuba konke okuhle kwezwe eGibhithe kungokwenu.’ ”


Amadodana ka-Israyeli enza njengalokhu eyaliwe. UJosefa wawanika izinqola nomphako njengokusho kukaFaro.


Zaletha iminikelo yazo kuSimakade: izinqola eziyisithupha ezazimboziwe nezinkabi ezili-12, inqola eyodwa yabaholi ngababili nenkabi kumholi ngamunye, zakwethula kuSimakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite