Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 45:14 - IsiZulu 2020

14 Wazilahlela entanyeni yomfowabo uBhenjamini, wakhala; noBhenjamini wakhalela entanyeni yakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Wayesewa entanyeni yomfowabo uBenjamini, wakhala; noBenjamini wakhala ngasentanyeni yakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Wawela entanyeni kaBhenjamini umfowabo, wakhala; uBenjamini wakhala ngasentanyeni yakhe.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 45:14
9 Referans Kwoze  

abanangqondo, abathembekile, abanaluthando, futhi abanasihe.


uJosefa wabophela inqola yakhe yempi, wakhuphuka, wamhlangabeza uyise u-Israyeli. UJosefa waziveza kuye, wamgona, wakhala isikhathi eside encike ehlombe lakhe.


Kepha u-Esawu wathathela ngejubane wamhlangabeza uJakobe umnawakhe, wafike wamgona, wamgomothela, wamanga, base bekhala.


UJakobe wamanga uRaheli, wayesedazuluka ekhala kakhulu ngenxa yokujabula.


Yayisisuka, yaya kuyise. Kepha kuthe isekude, uyise wayibona, waba nesihe, wagijima, wayisingatha entanyeni, wayanga.


Wabafulathela, wakhala; wabuye waphindela kubo, wakhuluma nabo, wayesesusa uSimeyoni kubo, waboshwa bebuka.


UJosefa wathinteka kakhulu enhliziyweni yakhe lapho ebona umnawakhe, waphuma masinyane, wafuna indawo lapho angase akhale khona. Waya endlini yakhe, wakhala lapho.


Wakhala kakhulu baze bezwa nabaseGibhithe, leso sililo saze safinyelela nasendlini kaFaro.


Wabanga bonke abafowabo ngamunye, ekhala. Emveni kwalokho abafowabo baxoxa naye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite