Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 44:30 - IsiZulu 2020

30 “Manje uma ngibuyela encekwini yakho, ubaba, ngingabuyeli naye, lokhu inceku yakho imthanda kangaka lo mfana,

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 “Kalokhu nxa ngifika encekwini yakho ubaba, umfana engenathi, lokhu inhliziyo yakhe ibambelele enhliziyweni yomfana,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Uma ngifika encekwini yakho, ubaba, futhi indodana ingekho kithi; ebona ukuthi impilo yakhe iboshelwe empilweni yomfana;

Gade chapit la Kopi




UGenesise 44:30
8 Referans Kwoze  

Kwathi eseqedile ukukhuluma noSawule, inhliziyo kaJonathani yanamathela enhliziyweni kaDavide. UJonathani wamthanda njengoba ezithanda yena.


Yayisidabuka kakhulu inkosi, yakhuphukela ekamelweni elingaphezu kwesango, yakhala; isahamba yathi: “Hawu ngendodana yami, u-Absalomu, ndodana yami, ndodana yami Absalomu! Sengathi ngabe kufe mina esikhundleni sakho, Absalomu, ndodana yami, ndodana yami!”


Noma kusukuma umuntu ukuba akuxoshe efuna impilo yakho, umphefumulo wenkosi yami uyobe uboshiwe emshuqulwini wabaphilayo kuSimakade uNkulunkulu wakho. Imiphefumulo yezitha zakho uyakuyijikijela kungathi iphakathi kwendwayimana.


Ngingabuyela kanjani kubaba engekho umfana na? Funa ngibone okubi okungahle kwehlele ubaba.”


kuyothi lapho ibona ukuthi umfana akekho, ivele ife. Izinceku zakho ziyokuba yimbangela yokwehlisela le mpunga kwelabafileyo inomunyu.


UJosefa wathi: “Angikwazi ukwenza into enjalo. Umuntu etholakale kuye indebe yami uzokuba yisigqila sami, nina yenyukani, nibuyele kuyihlo ngokuthula.”


Sathi enkosini yami: ‘Sinaye ubaba osekhulile, nendodana esencane ayizala esegugile. Umfowabo sewafa, sekusele yona yodwa esiswini sikanina futhi uyise uyayithanda.’


Sathi enkosini yami: ‘Umfana akanakumshiya uyise, ngokuba uma engamshiya, uyise angafa.’


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite