Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 44:10 - IsiZulu 2020

10 Yathi: “Kulungile, akuye njengamazwi enu. Lowo eyotholakala kuye uzokuba yisigqila sami, nina nonke aniyukuba nacala.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Yathi: “Kalokhu makube njengamazwi enu; lowo ezakutholakala kuye makabe yisigqila sami, nina ningabi nacala.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Wathi: “Makube njengokwamazwi enu; lowo okutholwa kuye uyakuba yinceku yami; futhi uyakuba msulwa.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 44:10
6 Referans Kwoze  

Uma libanjwe emini kwabha, kuyoba yicala legazi phezu kwalo. Isela liyokhokha ngokuphindiwe; uma lingenalutho lokukhokha, kuyothengiswa ngalo ngenxa yokweba kwalo.


“Ngiyacela ukuba uyivumele inceku yakho kusale yona esikhundleni somfana, ibe yisigqila sakho, kuthi umfana aphindele ekhaya nabafowabo.


UJosefa wathi: “Angikwazi ukwenza into enjalo. Umuntu etholakale kuye indebe yami uzokuba yisigqila sami, nina yenyukani, nibuyele kuyihlo ngokuthula.”


Lowo ezincekwini zakho eyotholakala kuye makafe; thina sonke siyakuba yizigqila zenkosi yami.”


Bawethula ngokushesha amasaka abo, bawabeka emhlabathini, bawavula, yilowo wavula isaka lakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite