Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 43:33 - IsiZulu 2020

33 Bahlaliswa phambi kwakhe ngokwelamana kwabo, izibulo ngobuzibulo balo, nomncane ngobuncane bakhe; abafowabo babhekana ngokumangala.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Bahlala phambi kwakhe, izibulo njengobuzibulo balo nomncane njengobuncane bakhe; abantu bamangala omunye nomunye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

33 Bahlala phambi kwakhe, izibulo njengobuzibulo balo, omncane njengobuncane bakhe; amadoda amangala wodwa.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 43:33
5 Referans Kwoze  

UJesu ekuzwa lokhu wamangala, wayesethi kwababemlandela: “Ngiqinisile ngithi kini: angikaze ngikufumane kumuntu ukukholwa okungaka kwa-Israyeli.


UJosefa wababona abafowabo, kodwa wazishaya ongabaziyo, wakhuluma nabo ngesankahlu, wathi: “Nivelaphi nina?” Bamphendula bathi: “Sivela eKhanani, sizothenga ukudla.”


Induna yaqala ukucinga ezibulweni, yagcina ngothunjana. Indebe yatholakala esakeni likaBhenjamini.


UJosefa wathi kuyise: “Hhayi kanjalo baba, ngokuba lona nguye oyizibulo, beka isandla sakho sokunene ekhanda lakhe.”


amagama ayisithupha etsheni elilodwa, namanye ayisithupha kwelinye itshe njengokwelamana kwawo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite