Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 42:8 - IsiZulu 2020

8 UJosefa wababona abafowabo, kodwa bona abambonanga.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 UJosefa wabazi abafowabo, kepha bona abamazanga.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 UJosefa wabazi abafowabo, kepha bona abamazanga.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 42:8
5 Referans Kwoze  

Kuthe sekusa, uJesu wabonakala emi ogwini, kodwa abafundi babengazi ukuthi nguYena.


Esekushilo lokho waphenduka, wabona uJesu emile, kodwa wayengazi ukuthi nguJesu.


Kepha wafihlakala kubo, bangambona ukuthi ungubani.


Lena yindaba kaJakobe nezizukulwane zakhe. Kwathi uJosefa eseneminyaka eyi-17, elusa umhlambi nabafowabo ababezalwa nguBhiliha noZilipha, abafazi bakayise, uJosefa wabika umbiko omubi ngabafowabo kuyise.


UJosefa wayeneminyaka engama-30 ngesikhathi eqala ukusebenzela uFaro inkosi yaseGibhithe. UJosefa waphuma phambi kukaFaro, wahamba kulo lonke iGibhithe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite