Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 42:35 - IsiZulu 2020

35 Kuthe lapho sebethulula amasaka abo, bamangala bonke lapho bebona ukuthi isikhwama semali salowo nalowo sisesakeni. Lapho bona noyise bebona ukuthi isikhwama salowo nalowo sisesakeni lakhe, bashaywa wuvalo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 Kwathi sebethulula amasaka abo, bheka, isikhwama semali salowo nalowo sasisesakeni lakhe; lapho bona noyise bebona izikhwama zabo zemali, bashaywa luvalo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

35 Kwathi besathulula izikhwama zabo, isikhwama semali salowo lalowo sasisekhukhwini lakhe; kwathi bona noyise bebona izikhwama zemali, besaba.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 42:35
6 Referans Kwoze  

Kuthe lapho sesifike endlini yezihambi, sathi sivula amasaka ethu, kwaba yilowo nalowo wakhangwa yimali isemlonyeni wesaka lakhe, iphelele njengoba sasiyikhokhile, kodwa nansi ezandleni zethu siyibuyisile.


Amadoda ayesethatha isipho, nemali ephindwe kabili, noBhenjamini, asuka ehlela eGibhithe, aziveza kuJosefa.


niphathe imali ephindwe kabili, nibuyisele leyo mali eyayifakwe emilonyeni yamasaka enu, kungenzeka ukuthi yayingene ngephutha.


Ithathe isikhwama semali ngesandla; iyoze ibuye ekhaya ngokudilingana kwenyanga.”


UJosefa wayala induna eyayiphethe endlini yakhe, wathi: “Gcwalisa amasaka alawa madoda ngokudla ngokwamandla awo, bese uphindisela imali yawo ngayinye uyifake emilonyeni yamasaka awo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite