Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 42:34 - IsiZulu 2020

34 Uma senimlethile umfowenu omncane kimi, ngiyokwazi ukuthi aniyizo izinhloli, nokuthi ningamadoda aqotho; ngakho-ke ngiyobe sengininika umfowenu nihambe naye kuleli lizwe.’ ”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 nilethe kimi umfowenu omncane; yikhona ngiyokwazi ukuthi aniyizo izinhloli kepha ningabaqotho, ngininike umfowenu, nihambe izwe.’ ”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Nilethe umfowenu omncane kimi; khona ngiyakwazi ukuthi anisizo izinhloli, kodwa ukuthi ningamadoda angempela; ngalokho ngiyakuhlenga wena, umfowenu, uhwebe ezweni.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 42:34
7 Referans Kwoze  

Hlalani phakathi kwethu, nanti izwe phambi kwenu. Yakhani, nithengiselane, nibe nezindawo zenu.”


“Laba bantu bahlezi ngokuthula nathi. Asibavumele bahambe bazithengele izindawo ngokuba izwe libanzi nxazonke, ukuze sikwazi ukuganiselana nabo.


lwanquma igatsha elisha eliphezulu, lwaluyisa ezweni labahwebi, lwalubeka emzini wabathengi.


ngaphandle kwalokho okwakuvela kubahwebi, enzuzweni yabathengisi, emakhosini ase-Arabhiya nakubabusi bezwe.


Kufanele nilethe umfowenu omncane ukuze ngibe nesiqiniseko sokuthi amazwi enu ayiqiniso; ningafi.” Nebala benza kanjalo.


U-Abhimeleki wayesethi: “Nanti izwe phambi kwakho, ungakha nomaphi lapho uthanda khona.”


Ngimfunge uFaro, nizovivinywa ngalokhu, ngeke nihambe uma umfowenu omncane engafiki lapha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite