Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 42:25 - IsiZulu 2020

25 UJosefa wayala ukuba kugcwaliswe amasaka abo ngokusanhlamvu, futhi babuyiselwe imali emasakeni abo, baphiwe nomphako. Kwenziwa kanjalo kubo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 UJosefa wayeseyala ukuba amasaka abo agcwaliswe ngamabele, kubuyiselwe imali yalowo nalowo esakeni lakhe, baphiwe umphako endleleni; kwenziwa njalo kubo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Khona-ke uJosefa wayala ukuba izikhwama zabo zigcwalise ukolweni futhi babuyisele imali yomuntu ngamunye esikhwameni sakhe futhi babanike umphako wendlela; wenza njalo kubo.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 42:25
9 Referans Kwoze  

Ningaphindisi okubi ngokubi, inhlamba ngenhlamba; kepha busisani, ngokuba nabizelwa lokho, ukuba nidle ifa lokubusiswa.


Kodwa funani kuqala umbuso wakhe nokulunga kwakhe, yikhona konke lokhu kuyakwenezelelwa kinina.


Kepha Mina ngithi kini: thandani izitha zenu, nibabusise abaniqalekisayo, nibaphathe kahle abanizondayo, nibakhulekele abanizingelayo


“We nina nonke enomileyo, wozani emanzini; nani eningenamali wozani nithenge, nidle; wozani nithenge mahhala, yebo, iwayini nobisi, kungabizi mali.


Amadodana ka-Israyeli enza njengalokhu eyaliwe. UJosefa wawanika izinqola nomphako njengokusho kukaFaro.


Bazethwesa izimbongolo zabo okusanhlamvu, base beqala uhambo lwabo.


niphathe imali ephindwe kabili, nibuyisele leyo mali eyayifakwe emilonyeni yamasaka enu, kungenzeka ukuthi yayingene ngephutha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite