Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 42:20 - IsiZulu 2020

20 Kufanele nilethe umfowenu omncane ukuze ngibe nesiqiniseko sokuthi amazwi enu ayiqiniso; ningafi.” Nebala benza kanjalo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 nilethe umfowenu omncane kimi, kuqiniswe amazwi enu, nize ningafi.” Benze njalo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Kodwa lilethe kimi umfowenu olicinathunjana; ngakho amazwi enu ayakuqiniswa, futhi aniyikufa. Benza kanjalo.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 42:20
12 Referans Kwoze  

Wathi ezincekwini zakho: ‘Uma ningezi nomfowenu omncane, ngeke niphinde nibubone ubuso bami.’


Kepha uma ungamdedeli ahambe, nathi asiyi ndawo, ngoba lowaya muntu wasidonsa ngendlebe, wathi: ‘Ngeke nibubone ubuso bami ngaphandle kokuba nibuye nomfowenu.’ ”


Uma senimlethile umfowenu omncane kimi, ngiyokwazi ukuthi aniyizo izinhloli, nokuthi ningamadoda aqotho; ngakho-ke ngiyobe sengininika umfowenu nihambe naye kuleli lizwe.’ ”


Ngimfunge uFaro, nizovivinywa ngalokhu, ngeke nihambe uma umfowenu omncane engafiki lapha.


Unina wayesethi ezincekwini: “Yenzani noma yini azakunitshela yona.”


Base beya enduneni eyayiphethe endlini kaJosefa eyayingasemnyango, bakhuluma nayo,


Bazethwesa izimbongolo zabo okusanhlamvu, base beqala uhambo lwabo.


UNowa wakwenza konke lokho uNkulunkulu ayemyale ukuba akwenze.


Uma niqotho, makusale oyedwa wenu endlini yokulinda, nina nibuyele emuva emindenini yenu nokudla.


Lowo muntu oyinkosi yalelo lizwe, wathi kithi: ‘Shiyani kimi omunye umfowenu, nihambe, nithathele imindeni yenu ukudla.


“Wawusuthi ezincekwini zakho: ‘Mletheni kimi ukuze ngimbone.’


UJuda wathi kuye: “Lowaya muntu waseGibhithe wafunga wagomela, wathi: ‘Ngeke nibubone ubuso bami ngaphandle kokuba nibuye nomfowenu.’


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite