Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 41:54 - IsiZulu 2020

54 Iminyaka eyisikhombisa yendlala yaqala njengoba uJosefa ayeshilo. Kwaba nendlala kulo lonke izwe, kodwa eGibhithe kwakukhona ukudla.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

54 Iminyaka eyisikhombisa yendlala yayisiqala ukufika, njengalokho eshilo uJosefa; kwakuyindlala emazweni onke; kepha ezweni lonke laseGibithe ukudla kwakukhona.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

54 Iminyaka eyisikhombisa yendlala yayisiqala ukufika, njengokusho kukaJosefa; kepha ezweni lonke laseGibithe kwakukhona isinkwa.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 41:54
13 Referans Kwoze  

“Kepha kwafika indlala kulo lonke iGibhithe naseKhanani, nokuhlupheka okukhulu; okhokho kabakutholanga ukudla.


Lapho ethumela indlala ezweni, kwavaleka umthombo wokudla.


Ngizonondla nikuleyo ndawo, wena nabendlu yakho, nabo bonke abangabakho, ngokuba kusazokuba yiminyaka emihlanu indlala isalokhu idlangile.’ ”


Kuyolandela iminyaka eyisikhombisa yendlala, eyokwenza iminyaka yenala ikhohlweke eGibhithe, iyolikhahlameza kakhulu lonke izwe.


Kwakungekho kudla ezweni lonke, ngokuba indlala yayibhokile eGibhithe naseKhanani.


Indlala yayisalokhu idlangile ezweni.


Wathi: “Bhekani, ngizwile ukuthi kukhona ukudla eGibhithe. Yehlani, nisithengele okusanhlamvu khona, ukuze siphile, singafi.”


Izinkomazi eziyisikhombisa ezondileyo nezibukeka kabi ezakhuphuka emva kwezinye, ziyiminyaka eyisikhombisa, kanjalo nezikhwebu eziyisikhombisa ezizacileyo, zashiswa ngumoya weshisandlu wasempumalanga, ziyiminyaka eyisikhombisa yendlala.


Yaphela iminyaka eyisikhombisa yenala eyayikhona eGibhithe.


U-Elisha wayekhulume kowesifazane ayevuse indodana yakhe yaphila, wathi: “Suka uhambe nabendlu yakini, uyohlala lapho ungahlala khona, ngokuba uSimakade ubikezele ukuthi kuzokuba nendlala ezohlasela izwe iminyaka eyisikhombisa.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite