Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 41:47 - IsiZulu 2020

47 Ngaleyo minyaka eyisikhombisa yenala izwe lathela ukudla okuningi kakhulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

47 Ngeminyaka eyisikhombisa yenala umhlaba wathela kakhulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

47 Ngeminyaka eyisikhombisa yenala umhlaba wathela ngokugcwala.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 41:47
5 Referans Kwoze  

U-Isaka watshala imbewu kulelo lizwe, kwathi ngawo lowo nyaka wavuna isivuno esikhulu kakhulu. USimakade wambusisa,


Makube khona inala yokudla ezweni, esiqongweni sezintaba, ukudla kwalo kuyohashazela njengeLebhanoni, abemizi bayokhahlela njengotshani bomhlaba.


Uyabona-ke, kuzoba khona iminyaka eyisikhombisa yenala kulo lonke iGibhithe.


UJosefa wayeneminyaka engama-30 ngesikhathi eqala ukusebenzela uFaro inkosi yaseGibhithe. UJosefa waphuma phambi kukaFaro, wahamba kulo lonke iGibhithe.


UJosefa wakuqoqa konke ukudla okwatholakala ngaleyo minyaka eyisikhombisa yenala, wakulondoloza emizini: kwakungukudla okwakuvunwe emasimini azungeze yilowo nalowo muzi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite