Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 41:33 - IsiZulu 2020

33 Ngakho-ke uFaro makafune umuntu okhaliphileyo, nokwazi ukuhluza izinto, ambeke phezu kwalo lonke iGibhithe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 “Manje uFaro makakhethe umuntu oqaphelayo ohlakaniphileyo, ambeke phezu kwezwe laseGibithe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

33 Manje uFaro makafune indoda ehlakaniphileyo nehlakaniphileyo ayimise phezu kwezwe laseGibhithe.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 41:33
6 Referans Kwoze  

UFaro wayesethi kuJosefa: “Njengalokhu uNkulunkulu ekwambulele konke lokhu, akekho omunye okwazi ukuhlaziya izinto nohlakaniphe njengawe.


Qokani phakathi kwenu, bazalwane, amadoda ayisikhombisa anegama elihle, agcwele uMoya nokuhlakanipha, esiyakuwamisa ukuba enze lo msebenzi.


Ngalokho, nkosi, masamukeleke kuwe iseluleko sami, ushiye izono zakho ngokwenza okulungileyo, uhlukane nobubi bakho ngokuba nomusa kwabampofu; mhlawumbe impumelelo yakho ingaqhubekela phambili.”


Ziqokeleni amadoda ahlakaniphileyo, anokuqonda futhi aziwayo ezizweni zenu, ukuze ngiwenze izinduna zenu.’


UFaro makenze kanjalo, aqoke izibonda zengamele lonke iGibhithe, ukuze ziqokelele ingxenye eyodwa kweziyisihlanu yesivuno esizotholakala kule minyaka eyisikhombisa yenala.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite