Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 41:28 - IsiZulu 2020

28 Lokhu engikushilo kuFaro, yilokho uNkulunkulu azokwenza, futhi umembulele khona uFaro.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 “Yikho lokhu engikushilo kuFaro: lokho uNkulunkulu asezakukwenza ukubonakalisile kuFaro.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

28 Nanti izwi engalikhuluma kuFaro: Lokho uNkulunkulu ahlose ukukwenza, uyakubonisa uFaro.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 41:28
5 Referans Kwoze  

UJosefa wayesethi kuFaro: “Iphupho likaFaro lilodwa. UNkulunkulu umambulele uFaro ngezinto azozenza.


UJosefa wamphendula uFaro, wathi: “Angikwazi ukukwenza lokho; nguNkulunkulu ozochazela uFaro ngendlela egculisayo.”


Isizathu sokuba liphindwe kabili iphupho kuFaro ngukuthi uNkulunkulu usekunqumile lokhu, futhi uzosheshe akwenze.


Njengalokho wabona itshe ukuthi laqheshulwa entabeni kungengazandla, nokuthi lachoboza insimbi, nethusi, nebumba, nesiliva, negolide; uNkulunkulu omkhulu uyazisile inkosi okuyakuba khona emuva kwalokhu; iphupho liqinisile, nencazelo yalo iyiqiniso.”


UJosefa wathi kuye: “Nansi-ke incazelo yalo: amagatsha amathathu ayizinsuku ezintathu;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite