Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 41:21 - IsiZulu 2020

21 Kuthe sezizidlile, akwabonakala mehluko wokuthi kukhona ezikudlileyo, zazibukeka zizimbi njengakuqala. Ngase ngiphaphama.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Lapho sezingene eziswini zazo, akwabonakala ukuthi zingene eziswini zazo; zazisabukeka zizimbi njengakuqala. Ngase ngiphaphama.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Kwathi sebedlile, akwaziwa ukuthi balidlile; kodwa zazisezimbi njengasekuqaleni. Ngakho ngavuka.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 41:21
7 Referans Kwoze  

Wathi kimi: “Ndodana yomuntu, sidlise isisu sakho, izibilini zakho uzigcwalise ngalo mqulu engikunika wona.” Ngawudla, waba mnandi njengoju emlonyeni wami.


Badla okungakwesokunene, basala belambile, badla okungakwesokhohlo, kabaze beneliswa; yilowo nalowo wadla inyama yengalo yakhe,


Abayukujabha ngesikhathi esibi; bayoba nenala ngezinsuku zendlala.


Kwaphinde kwenyuka emfuleni ezinye izinkomazi eziyisikhombisa, ezazibukeka kabi, zondile, zema eduze kwalezo ezazisosebeni lomfula.


Izinkomazi ezondileyo, ezibukeka kabi, zadla lezi zokuqala ezikhulupheleyo.


“Ngabuye ngabona ephusheni izikhwebu eziyisikhombisa zibelethwe wuhlanga olulodwa, ziphelele, zizinhle.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite