Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 41:19 - IsiZulu 2020

19 Emva kwazo kwase kukhuphuka ezinye izinkomazi eziyisikhombisa ezondileyo zibukeka kabi. Angikaze ngizibone izinkomazi ezimbi ngale ndlela kulo lonke iGibhithe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Nazo ezinye izithole eziyisikhombisa zenyuka emva kwazo, zizacile, zibukeka kabi kakhulu, zondile, engingazange ngibone ezimbi njengalezo ezweni lonke laseGibithe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Bheka, kwakhuphuka ezinye izinkomo eziyisikhombisa emva kwazo, zimbi, ezimbi kakhulu, zizacile, engingakaze ngizibone ezweni lonke laseGibithe ngenxa yobubi.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 41:19
4 Referans Kwoze  

Kwaphinde kwenyuka emfuleni ezinye izinkomazi eziyisikhombisa, ezazibukeka kabi, zondile, zema eduze kwalezo ezazisosebeni lomfula.


kwakhuphuka emfuleni izinkomazi eziyisikhombisa ezibukeka kahle ezikhulupheleyo, zaklaba emhlangeni.


Izinkomazi ezondileyo, ezibukeka kabi, zadla lezi zokuqala ezikhulupheleyo.


“Ungamhlabeli uSimakade uNkulunkulu wakho inkomo noma imvu enesici, enokuthile okubi, ngokuba lokho kuyisinengiso kuSimakade uNkulunkulu wakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite