Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 40:6 - IsiZulu 2020

6 Ngakusasa ekuseni lapho uJosefa efika kubo, wabona ukuthi bakhathazekile.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 UJosefa wangena kubo ekuseni, wabona ukuthi badabukile.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 UJosefa wangena kubo ekuseni, wababheka, bheka, babedabukile.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 40:6
9 Referans Kwoze  

Mina Daniyeli ngase ngiphela amandla, ngagula izinsuku ezithile; ngavuka, ngenza umsebenzi wenkosi; ngamangala ngombono, kwakungekho owuqondayo.


“Nasi-ke isiphetho sendaba. Mina Daniyeli, imicabango yami yangikhathaza kakhulu, ubuso bami baphaphatheka, kodwa ngayigcina leyo ndaba enhliziyweni yami.”


Kwase kuhwaqabala ubuso bayo, imicabango yayo yayiyesabisa, kwaxega amanyonga okhalo lwayo, namadolo ayo ashayana.


Ngase ngifikelwa yiphupho, langethusa; imicabango embhedeni wami nemibono emqondweni wami yangesabisa.


Ekuseni uFaro wakhathazeka emoyeni wakhe, wathumela ukuba kubizwe zonke izanusi, nazo zonke izihlakaniphi zaseGibhithe, wabatshela ngamaphupho akhe, kodwa akekho namunye owakwazi ukumchazela wona.


Bathi kuye: “Sibe namaphupho sobabili, akukho muntu ongasichazela wona.” UJosefa wathi kubo: “Ngabe incazelo ayiveli yini kuNkulunkulu na? Ngitsheleni amaphupho enu.”


Ngobunye ubusuku bobabili, umphathindebe nombhakizinkwa benkosi yaseGibhithe, ababevalelwe ejele, yilowo nalowo waphupha; yilelo nalelo phupho lalichaza okuthile.


Ngakho-ke wazibuza izinceku zikaFaro ezazinaye, zivalelwe endlini yomphathi wakhe, wathi: “Yini namuhla nibukeke nidangele na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite