Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 40:23 - IsiZulu 2020

23 Nokho induna yabaphathindebe ayimkhumbulanga uJosefa; yamkhohlwa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Nokho induna yabaphathizitsha ayamkhumbula uJosefa, yamkhohlwa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Kodwa induna yabaphathizitsha ayizange icabange ngoJosefa, kodwa yamkhohlwa.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 40:23
9 Referans Kwoze  

Izihlobo zami zingishiyile, nengazana nabo bangikhohliwe.


Sebengikhohliwe ezinhliziyweni zabo, senginjengomuntu ofileyo, nesitsha esephukileyo.


Kwaze kwaba yisikhathi elagcwaliseka ngaso izwi lakhe, izwi likaSimakade lamhola.


Baphuza iwayini ngezindebe, bazigcobe ngamafutha ekhethelo, kodwa abadabuki ngokubhujiswa kukaJosefa.


Emva kweminyaka emibili, uFaro waphupha emi ngasemfuleni.


Induna yabaphathindebe kaFaro yathi kuye: “Namhlanje ngiyawakhumbula amacala ami.


Inkosi yabuza yathi: “Wahlonishwa kanjani, futhi wanikwa mklomelo muni uMoridekhayi ngaleso senzo na?” Izinceku zenkosi ezazilapho ziyikhonza zaphendula, zathi: “Akenzelwanga lutho.”


Ngokuba ngikuzwile ukuhleba kwabaningi, nokwesabisa nxazonke. Baceba amacebo okumelana nami; bahlongoza ukungibulala.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite