Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 40:14 - IsiZulu 2020

14 Uze ungikhumbule uma izinto sezikuhambela kahle, ungenzele umusa, uliphathe igama lami kuFaro, ukuze ngiphume kule ndawo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Kepha ngikhumbule, nxa usuhlezi kahle, ungenzele umusa, ungibike kuFaro, ungikhiphe kule ndlu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Kodwa ngikhumbule, lapho kukuhambela kahle, ungibonise umusa, ungibize kuFaro, ungikhiphe kule ndlu.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 40:14
9 Referans Kwoze  

Manje-ke lokhu nginiphathe kahle, fungani kimi ngoSimakade ukuthi nani niyakubenzela umusa abendlu kababa; nginikeni uphawu oluzakuba yisiqiniseko sokuthi nizokwethembeka,


Sase sithi: “Jesu, uze ungikhumbule uma usufike embusweni wakho.”


“Kepha ube nomusa kumadodana kaBharizilayi wakwaGileyadi, abe phakathi kwabadla ngasefatuleni lakho, ngokuba enza kanjalo kimi, mhlazana ngibalekela u-Absalomu, umfowenu.


Ngabe ubizwe uyisigqila na? Ungakhathazeki ngalokho, kodwa uma kwenzeka ukuba ukhululwe, sebenzisa lelo thuba.


UDavide wathi: “Usekhona yini osele endlini kaSawule ukuba ngimenzele umusa ngenxa kaJonathani na?”


Lokhu akuyukuba yisikhubekiso kuwe, kungabi nesazela enhliziyweni yenkosi yami ukuthi uchithe igazi ngeze nokuthi inkosi yami iziphindiselele. Kuyothi lapho uSimakade eseyenzele inkosi yami okuhle, iyikhumbule incekukazi yakho.”


zingakapheli izinsuku ezintathu uFaro uzokuphakamisa, akubuyisele esikhundleni sakho, uzomnika indebe yakhe esandleni, njengoba wawenza ngesikhathi usengumphathindebe.


Induna yabaphathindebe kaFaro yathi kuye: “Namhlanje ngiyawakhumbula amacala ami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite