Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 40:12 - IsiZulu 2020

12 UJosefa wathi kuye: “Nansi-ke incazelo yalo: amagatsha amathathu ayizinsuku ezintathu;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Wathi uJosefa kuye: “Nakho ukuchazwa kwalo: lawo magatsha amathathu ayizinsuku ezintathu;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 UJosefa wathi kuye: “Nanku ukuchazwa kwakho: Amagatsha amathathu ayizinsuku ezintathu;

Gade chapit la Kopi




UGenesise 40:12
13 Referans Kwoze  

Umngani wayo waphendula wathi: “Lokhu akusho lutho ngaphandle kokuthi inkemba kaGideyoni, indodana kaJowashi, indoda yakwa-Israyeli, uNkulunkulu unikele esandleni sayo uMidiyani nempi yakhe yonke.”


Kwakukhona lapho kanye nathi ibhungu lomHebheru, isigqila senduna yabalindi benkosi. Salilandisa ngamaphupho ethu, lawachaza, yilelo ngokwencazelo yalo,


UJosefa waphendula wathi: “Nansi incazelo yalo: amaqoma amathathu ayizinsuku ezintathu;


UHagari manje uyintaba iSinayi ese-Arabhiya, efanayo neJerusalema manje, ngokuba lisebugqileni nabantwana balo.


baphuza okufanayo komoya, ngokuba baphuza edwaleni lomoya elabalandelayo, lelo dwala lalinguKhristu.


Kuthe besadla, uJesu wathatha isinkwa, wasihlephula, wanika abafundi bakhe, wathi: “Thathani nidle, lokhu kungumzimba wami.”


Indebe kaFaro ibisesandleni sami; ngawathatha amagilebhisi ngawakhamela endebeni kaFaro, ngase ngimnika esandleni uFaro.”


zingakapheli izinsuku ezintathu uFaro uzokuphakamisa, akubuyisele esikhundleni sakho, uzomnika indebe yakhe esandleni, njengoba wawenza ngesikhathi usengumphathindebe.


“Leli phupho ngalibona mina, Nebukhadinezari. Wena-ke Bhelitheshazari, yisho incazelo yalo, ngokuba bonke abahlakaniphileyo bombuso wami abakwazanga ukungitshela incazelo, kepha wena ungakwenza lokho, ngokuba umoya wonkulunkulu abangcwele ukuwe.”


Lokhu engikushilo kuFaro, yilokho uNkulunkulu azokwenza, futhi umembulele khona uFaro.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite