UGenesise 4:5 - IsiZulu 20205 kodwa uKhayini nomnikelo wakhe wakushaya indiva. UKhayini wathukuthela wagana unwabu, wahwaqabala ebusweni. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE5 Kepha uKayini nomnikelo wakhe akawunakanga. Wayesethukuthela kakhulu uKayini, ubuso bakhe banyukumala. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20245 Kodwa akazange amnake uKhayini nomhlatshelo wakhe. UKayini wathukuthela kakhulu, ubuso bakhe bawa. Gade chapit la |