UGenesise 4:26 - IsiZulu 202026 USethi naye wazibula ngendodana wayiqamba ngokuthi ngu-Enoshe. Baqala lapho-ke abantu ukukhuleka egameni likaSimakade. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE26 Naye uSeti wazala indodana, wayiqamba igama layo ngokuthi u-Enoshe. Ngaleso sikhathi abantu baqala ukukhuleka egameni likaJehova. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202426 Naye uSeti wazalelwa indodana; waqamba igama layo ngokuthi u-Enoshe; abantu base beqala ukubiza iGama leNkosi. Gade chapit la |