Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 39:8 - IsiZulu 2020

8 Kepha uJosefa wenqaba, wathi enkosikazini yomphathi wakhe: “Umphathi wami akakhathazeke ngalutho endlini yakhe, futhi ukunikele konke ezandleni zami.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Kepha wala, wathi kumkankosi yakhe: “Bheka, inkosi yami ayikwazi enginakho endlini, inikele konke okwayo esandleni sami;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Kepha wala, wathi kumkankosi yakhe: “Bheka, inkosi yami ayikwazi okukimi endlini, futhi inginike konke enakho;

Gade chapit la Kopi




UGenesise 39:8
15 Referans Kwoze  

Umlomo wowesifazane ondindayo ungumgodi ojulileyo; oqalekiswe nguSimakade, uyakuwela kuwo.


ukuze kukuvikele kowesifazane ondindayo, nakowezizwe onamazwi athophayo.


Ndodana yami, uma izoni zikuyenga, ungavumi,


Umuntu wabangani uzilimaza yena, kodwa umngani weqiniso uyanamathela ukwedlula izelamani.


Unjalo-ke olala nomfazi kamakhelwane wakhe: noma yimuphi omthintileyo uyakujeziswa.


Ngokuba ukuhlakanipha kuyongena enhliziyweni yakho, ukwazi kuthokozise umphefumulo wakho.


ngakho-ke uJosefa wafumana umusa phambi kwayo, waba yinceku yayo; yamenza waba ngumphathi wendlu yayo, wengamela konke eyayinakho.


Umphathijele akabange esazikhathaza ngalutho, ngokuba konke kwakusesandleni sikaJosefa, futhi uSimakade wayemphumelelisa kukho konke akwenzayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite