Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 38:15 - IsiZulu 2020

15 UJuda embona lowo wesifazane, wacabanga ukuthi yisifebe nje, ngoba ezemboze ubuso.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 UJuda esembona wacabanga ukuthi uyisifebe, ngokuba wayegubuzele ubuso.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Lapho uJuda embona, wacabanga ukuthi uyisifebe; ngoba ezimboze ubuso.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 38:15
4 Referans Kwoze  

Wayesekhumula inzilo, wazemboza ngemvakazi, wahlala phansi ngasesangweni e-Enayimi, ngasemgwaqweni oya eThimna, ngokuba wabona ukuthi uShela usekhulile, kodwa wayenganikelwe kuye ukuba abe ngumkakhe.


Wayeseqonda kuye eceleni komgwaqo, wathi: “Woza ngilale nawe.” Wayengazi ukuthi lo wesifazane ungumalokazana wakwakhe. Owesifazane wambuza wathi: “Uzonginikani uma ngilala nawe na?”


Bheka, owesifazane wamhlangabeza egqokise okwesifebe, ezembozile.


Anazi yini ukuthi ozihlanganisa nesifebe uba mzimba munye naso na? Phela kulotshiwe ukuthi: “Labo bobabili bayakuba nyamanye.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite