Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 37:32 - IsiZulu 2020

32 Bayithumela ingubo ende enemibala ehlukene kuyise, bathi: “Nakhu esikutholile. Ake uhlolisise ubone ukuthi akusiyona yini ingubo yendodana yakho na?”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Bathumela leyo ngubo enemikhono emide, bayiyisa kuyise, bathi: “Siyitholile lena; ake ubone, uma le ngubo ingeyendodana yakho yini, noma akusiyo na?”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Bayithumela ingubo enemibala, bayiyisa kuyise; yathi: “Siyitholile; yazi manje ukuthi iyisambatho sendodana yakho noma qha.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 37:32
7 Referans Kwoze  

Kepha kuthe ukuba kufike le ndodana yakho ebhubhudle ifa lakho nezifebe, wayihlabisa ithole elikhuluphalisiweyo.’


U-Israyeli wayemthanda uJosefa kunawo wonke amadodana akhe, kwazise wayemthole esemdala. Wamthungela ingubo enemikhono emide.


Wozani siyibulale, siyiphonse komunye wemigodi, bese sithi kubaba: ‘Udliwe yisilwane esibi sasendle,’ sibone-ke ukuthi amaphupho akhe ayofika kuphi.”


Bathatha ingubo kaJosefa ende, base behlaba impongo, bacwilisa ingubo kaJosefa egazini layo.


UJakobe eyibona, wathi: “Yingubo yendodana yami le. Isilwane esibi sasendle simdlile. Simdwengulile uJosefa waba yizicucu.”


Besamqhuba lona wesifazane, wathumela umyalezo kuyisezala, wathi: “Ngikhuleliswe yindoda engumnini walezi zimpahla; ake ubone ukuthi ngekabani le ndandatho yokusicilela, nomchilo, nodondolo.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite