Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 36:13 - IsiZulu 2020

13 Amadodana kaRuweli, kwakunguNahathi, uZera, uShama, noMiza. Laba babeyisizukulwane sikaBhasemathi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Lawa angamadodana kaRehuweli: ngoNahati, noZera, noShama, noMiza; yilawo angamadodana kaBasemati umka-Esawu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Lawa angamadodana kaRehuweli; oNahati, noSeraki, noShama, noMisa; labo babe ngamadodana kaBashimati umkaEsawu.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 36:13
5 Referans Kwoze  

Amadodana kaRehuweli: uNahathi, uZera, uShama noMiza.


Lawa ngamadodana kaRuweli, indodana ka-Esawu, isikhulu uNahathi, uZera, uShama, nesikhulu uMiza. Yilezo-ke izikhulu ezazalwa nguRuweli kwa-Edomi. Zaziyizizukulwane zika-Bhasematha.


U-Esawu wakhula waze wahlanganisa iminyaka engama-40. Wayeseganwa nguJudithi, indodakazi kaBheri, umHithi, noBhasematha indodakazi ka-Eloni, umHithi.


UThimna owayeyisancinza sika-Elifazi, wamzalela indodana okuthiwa ngu-Amaleki. Laba babeyisizukulwane sika-Ada, umka-Esawu.


Lawa kwakungamadodana ka-Oholibhama indodakazi ka-Ana, engumzukulu kaZibhiyoni, umka-Esawu, kwakunguJewushi, uJalamu, noKhora.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite