Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 34:29 - IsiZulu 2020

29 nayo yonke ingcebo, bathumba izingane, amakhosikazi, bakuphanga konke okwakusezindlini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 nemfuyo yonke yabo; athumba abantwana babo nawomkabo, abaphanga kanye nakho konke okusendlini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

29 Futhi yonke ingcebo yabo nabo bonke abantwana babo abancane nabafazi babo bathumba futhi baphanga konke okwakusendlini.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 34:29
6 Referans Kwoze  

Afika namanye amadodana kaJakobe afica izidumbu, ayesewuphanga umuzi, ngokuba wayengcoliselwe lapho udadewabo.


Bashaqa imihlambi yezimvu, izinkomo, izimbongolo zabo, okwakusemzini nasemadlelweni,


UJakobe wayesethi kuSimeyoni noLevi: “Ningikhathazile, nangidonsela amanzi ngomsele kubantu bezwe, kumaKhanani namaPherizi; nina niyingcosana nje, bayakuhlangana basihlasele, bangichithe mina nendlu yami.”


ULabani wathi kuJakobe: “Yini le nto oyenzileyo na? Ungikhohlisile, wathatha amadodakazi ami ngokungathi athunjwe ngenkemba.


Abakwa-Israyeli bathumba abesifazane bakwaMidiyani nezingane, bathatha yonke imfuyo yabo nawo wonke umcebo wabo, nempahla yabo, kwayimpango.


Baphanga yonke impahla yabo, bathumba abantu nezilwane.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite