UGenesise 34:25 - IsiZulu 202025 Kwathi ngosuku lwesithathu isabhokile iminjunju yokusokwa, amadodana kaJakobe, uSimeyoni noLevi, abafowabo bakaDina, bathatha kwaba yilowo nalowo inkemba, baphuma bayohlasela umuzi iShekhemu isinyelela, bashaya icole kwabesilisa. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE25 Kwathi ngosuku lwesithathu bese nobuhlungu, amadodana amabili kaJakobe, oSimeyoni noLevi, abanewabo bakaDina, bathatha, kwaba yilowo nalowo inkemba yakhe, bahlasela umuzi ngesibindi, babulala bonke abesilisa. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202425 Kwathi ngosuku lwesithathu sebehlupheka, amadodana amabili kaJakobe, uSimeyoni noLevi, abafowabo bakaDina, bathatha kwaba yilowo nalowo inkemba yakhe, behla emzini ngesibindi, babulala bonke abantu. Gade chapit la |