Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 34:24 - IsiZulu 2020

24 Zonke izakhamuzi zavumelana noHamori nendodana yakhe uShekhemu, bonke abesilisa ababakhe kuleyo ndawo basokwa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Bonke abaphuma ngesango lomuzi wakhe balalela oHamori noShekemi indodana yakhe; bonke abesilisa basokwa, bonke abaphuma ngesango lomuzi wakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Bonke abaphuma ngesango lomuzi wakhe balalela uHamori noShekemi indodana yakhe; bonke abesilisa basokwa, bonke abaphuma ngesango lomuzi wakhe.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 34:24
8 Referans Kwoze  

U-Efroni wayehlezi phakathi kwamanye amaHithi. U-Efroni umHithi wamphendula u-Abhrahama kuzwa wonke amaHithi ayelapho esangweni lomuzi, wathi:


Ukusoka akulutho, nokungasoki akulutho, okubalulekile ngukugcina imiyalo kaNkulunkulu.


“Ningaziniki izinja okungcwele, ningawaphonsi amapharele enu phambi kwezingulube, funa ziwanyathele ngezinyawo, ziphenduke, zinidwengule.


Konke lokho kwadluliselwa ku-Abhrahama, kwaba yimpahla yakhe phambi kwamaHithi ayelapho esangweni lomuzi.


Ngalolo lusuku u-Abhrahama wabiza u-Ishmayeli nazo zonke izinceku ezazizalelwe kwakhe, nazo zonke izigqila ayezithengile, wabasoka, njengalokhu uNkulunkulu ayemyalile.


Uma sibavumela, imihlambi yabo, impahla yabo, nayo yonke imfuyo yabo, akuyukuba ngokwethu na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite