Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 34:12 - IsiZulu 2020

12 Nqumani ilobolo nezibizo zenu, akukhathaleki ukuthi nibiza kangakanani, mina ngizoninika konke enikufunayo, inqobo nje uma nizongiganisela indodakazi yenu ibe ngumkami.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Bizani kimi ilobolo noma lingakanani kanye nesipho, ngiyakuninika njengokusho kwenu kimi; kodwa ngipheni intombi ibe ngumkami.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Ungalokothi ungicele ilobolo nesipho esingaka, futhi ngizokunika njengokusho kwakho kimi; kodwa nginike intombi ibe ngumkami.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 34:12
13 Referans Kwoze  

Bathi kuye: “Asinalutho lapha, kuphela izinkwa ezinhlanu nezinhlanzi ezimbili.”


UDavide wathumela izithunywa ku-Ishi Bhoshethi, indodana kaSawule, wathi: “Nginike umkami uMikhali, engamkhokhela ngamajwabu amaFilisti ayikhulu.”


ngikusebenzele le minyaka engama-20, eyi-14 yayo ngisebenzela amadodakazi akho omabili, kwathi eyisithupha ngasebenzela imfuyo. Phezu kwalokho waliguqula kalishumi iholo lami.


UJakobe wamthanda uRaheli, wayesethi kuLabani: “Ngizokukusebenzela iminyaka eyisikhombisa ngoRaheli indodakazi yakho encane.”


Inceku yakhipha izipho eziwubucwebecwebe zesiliva, negolide, nezembatho, yamnika uRibheka, yanika futhi umfowabo nonina izipho eziyigugu.


Ngazithengela yena ngezinhlamvu ezili-15 zesiliva kanye nengxenye yehomere lebhali.


UShekhemu wayesethi kuJakobe nakubafowabo bentombazane: “Uma ngifumene umusa kini, shonini enikufunayo, ngizoninika khona.


Amadodana kaJakobe aphendula uShekhemu noyise uHamori ngobuqili, ngokuba wayengcolise udadewabo uDina.


Izinceku zikaSawule zakhuluma lawo mazwi ezindlebeni zikaDavide. UDavide wathi: “Kuyinto elula yini emehlweni enu ukuba ngumkhwenyana wenkosi, lokhu ngingumuntu ompofu nodelelekileyo na?”


Kepha uma umininiso ebekhona, akayukukhokhelwa, uma besiqashiwe, uyokhokhelwa inani lokusiqasha kuphela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite