Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 32:32 - IsiZulu 2020

32 Kungenxa yalokho-ke abakwa-Israyeli bengawudli umsipha onamathele ethebeni lenyonga kuze kube namuhla, ngokuba uJakobe wathintwa lapho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Ngalokho abantwana bakwa-Israyeli abawudli umsipha wenqulu osesikhoxeni senyonga kuze kube namuhla, ngokuba wathinta isikhoxo senyonga kaJakobe emsipheni wenqulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Ngalokho abantwana bakwa-Israyeli abawudli umsipha wenyonga kuze kube namuhla, ngokuba wathinta esikhoxeni senyonga kaJakobe emsipheni oshwabeneyo.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 32:32
6 Referans Kwoze  

Yingakho nje abaphristi bakaDagoni kuze kube namuhla, nabo bonke abangena endlini kaDagoni benganyatheli embundwini kaDagoni ose-Ashidodi.


Lapho leyo ndoda ibona ukuthi ayimehluli uJakobe, yayisifinyelela enyongeni yakhe, yabhinyika esikhoxeni sayo besabambene.


Laphuma ilanga lapho edlula ePheniyeli, eqhuga ngenxa yokubhinyika inyonga.


UJakobe waphakamisa amehlo, wambona u-Esawu eza namadoda angama-400. Wehlukanisa abantwana bakhe, abanye bahamba noLeya, abanye noRaheli, abanye bahamba nezancinza zombili.


Wenyuka lapho waya ePhenuweli, nakubo wabacela okufanayo, abantu basePhenuweli bamphendula njengabantu baseSukhothi.


UJerobhowamu wakha iShekhemu ezintabeni kwa-Efrayimi, wahlala kulo; wedlula lapho wayokwakha nePhenuweli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite