Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 32:1 - IsiZulu 2020

1 UJakobe wabamba eyakhe indlela, izingelosi zikaNkulunkulu zamhlangabeza.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 UJakobe wahamba indlela yakhe; izingelosi zikaNkulunkulu zamhlangabeza.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 UJakobe waqhubeka, futhi ingelosi kaNkulunkulu yamhlangabeza.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 32:1
9 Referans Kwoze  

Ngokuba uyakuyaleza izingelosi zakhe ngawe, zikulondoloze ezindleleni zakho zonke.


Seyaba nkulu kunezingelosi, njengoba igama eliyifa layo likhulu kunelazo.


ukuze ngebandla baziswe manje ababusi nabanamandla emazulwini ukuhlakanipha okuninginingi kukaNkulunkulu,


noma uPawula, noma u-Apholo, noma uKhefase noma izwe, noma ukuphila, noma ukufa, noma okukhona, noma okusazokuba khona, konke kungokwenu.


Ingelosi kaSimakade ikanisa nxazonke kulabo abamesabayo, ibakhulule.


Kwathi ukuba uSimakade aqede ukukhuluma no-Abhrahama, behlukana, u-Abhrahama waphindela ekhaya.


Bambusisa uRibheka bathi: “Dadewethu, sengathi ungakhula ube ngukhokho wezizukulwane eziyizinkulungwane zezigidi, izizukulwane zakho zinqobe amasango ezitha zazo.”


Awunginikanga ngani ithuba lokwanga abazukulu bami namadodakazi ami, ngibavalelise na? Okwenzileyo kungubuphukuphuku.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite