Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 31:23 - IsiZulu 2020

23 Wayesethatha izihlobo zakhe wamlandela izinsuku eziyisikhombisa, waze wamfica kwelezintaba kwaGileyadi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Wayesethatha abafowabo, wamlandela ibanga lezinsuku eziyisikhombisa, wamfica entabeni yakwaGileyadi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Wathatha abafowabo, bamxosha ibanga lezinsuku eziyisikhombisa; bamfica ezintabeni zakwaGileyadi.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 31:23
6 Referans Kwoze  

Ngakusasa lapho ephuma, nanka amadoda amabili amaHebheru elwa; wayesethi kuleyo ndoda eyayonile: “Umshayelani umfowenu na?”


Langa limbe uMose esekhulile, waya kubantu bakubo, wabubona ubunzima ababebuthwele; wabona umGibhithe eshaya umHebheru ongomunye wabantu bakubo.


yathi: “Makabongwe uSimakade, uNkulunkulu wenkosi yami u-Abhrahama, ongayekanga ukukhombisa umusa nokwethembeka kwakhe enkosini yami. Nami uSimakade ungiholile endleleni ngaze ngafinyelela emzini wesihlobo senkosi yami.”


U-Abhrama wathi kuLothi: “Masingaxabani, ingabi bikho nengxabano phakathi kwabelusi bethu, ngoba thina siyazalana.


Ngosuku lwesithathu uLabani wabikelwa ukuthi uJakobe ubalekile.


Kepha uNkulunkulu wayesefikile ngephupho ebusuku kuLabani, umAramu, wathi kuye: “Uqaphele ukuba ungasho lutho kuJakobe noma ngabe kuhle noma kubi.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite