Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 31:16 - IsiZulu 2020

16 Yonke impahla uNkulunkulu ayephuce ubaba ingeyethu nabantwana bethu. Ngakho-ke yenza konke uNkulunkulu akutshele khona.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Ngokuba yonke ingcebo uNkulunkulu amamuke yona ubaba ingeyethu neyabantwana bethu; manje konke uNkulunkulu akutshele khona, kwenze.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ngokuba yonke ingcebo uNkulunkulu ayithatha kubaba ingeyethu neyabantwana bethu; khona-ke yenza manje konke uNkulunkulu akutshele khona.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 31:16
7 Referans Kwoze  

Lalela-ke, ndodakazi, qaphela, ubeke indlebe yakho, ukhohlwe ngabantu bakini nangendlu kayihlo,


Ngaleyo ndlela uNkulunkulu umephucile uyihlo imfuyo yakhe wayinika mina.


Ngalolo lusuku uLabani wakhetha zonke izimpongo ezihunqu, nezimabhadubhadu, nezimbuzikazi ezimabalabala, nezimabhadubhadu, zonke lezo ezazinamabala amhlophe, namawundlu amnyama, wakupha amadodana akhe.


Akasithathi yini njengabezizwe na? Ngokuba uthengise ngathi, futhi wayisebenzisa nemali esakhishelwa yona.


UJakobe walungiselela uhambo, abantwana bakhe, namakhosikazi akhe wabagibelisa emakamelini.


izimbuzikazi ezingama-200, nezimpongo ezingama-20, izimvukazi ezingama-200, nezinqama ezingama-20,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite