Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 31:15 - IsiZulu 2020

15 Akasithathi yini njengabezizwe na? Ngokuba uthengise ngathi, futhi wayisebenzisa nemali esakhishelwa yona.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Asibalwanga njengabofakazi na? Ngokuba wathengisa ngathi, waqeda intengo yethu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Asibalwa njengabafokazi kuye na? ngokuba usithengisile, wadla nemali yethu.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 31:15
9 Referans Kwoze  

Ngathi kulo: “Sisanda kubahlenga ngokusemandleni ethu abafowethu abangabaJuda, abebekade bethengiselwe ezinye izizwe; manje senidayisa ngabafowenu, sekufanele sibathenge kini na?” Bathula bathi du, ngoba bengenamazwi okuphendula.


ngikusebenzele le minyaka engama-20, eyi-14 yayo ngisebenzela amadodakazi akho omabili, kwathi eyisithupha ngasebenzela imfuyo. Phezu kwalokho waliguqula kalishumi iholo lami.


Ngikhululele nomkami nabantwana bami engibasebenzeleyo ngihambe, ngokuba uyazi ukuthi ngikusebenzele kangakanani.”


Kepha kusihlwa wathatha indodakazi yakhe uLeya wayiyisa kuJakobe; uJakobe walala nayo.


URaheli noLeya bamphendula bathi: “Sikhona yini isabelo noma ifa esisenakho efeni emzini kababa na?


Yonke impahla uNkulunkulu ayephuce ubaba ingeyethu nabantwana bethu. Ngakho-ke yenza konke uNkulunkulu akutshele khona.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite