Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 31:14 - IsiZulu 2020

14 URaheli noLeya bamphendula bathi: “Sikhona yini isabelo noma ifa esisenakho efeni emzini kababa na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 ORaheli noLeya baphendula, bathi kuye: “Sisenesabelo nefa endlini kababa na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Base bephendula oRaheli noLeya, bathi kuye: “Sisenesabelo nefa endlini kababa na?”

Gade chapit la Kopi




UGenesise 31:14
6 Referans Kwoze  

Bonke abantu ababelapho esangweni, namalunga, basho ngazwi linye bathi: “Singofakazi. Sengathi uSimakade angamenza lona wesifazane ozohlala endlini yakho abe njengoRaheli noLeya, bobabili abayakha indlu ka-Israyeli. Sengathi ungaba nempumelelo e-Efratha ube nodumo eBhethlehema.


Ngakho-ke indoda iyoshiya uyise nonina inamathele kumkayo babe nyamanye.


ULabani wanika uRaheli, indodakazi yakhe, isisebenzi sakhe uBhiliha ukuba sibe ngesakhe.


ULabani wanikela isisebenzi sakhe uZilipha ukuba sibe yisisebenzi sendodakazi yakhe uLeya.


NginguNkulunkulu waseBhethele lapho wagcoba khona insika, wenza nesifungo kimi. Manje suka, uphume kuleli lizwe ubuyele ezweni owazalelwa kulo.’ ”


Akasithathi yini njengabezizwe na? Ngokuba uthengise ngathi, futhi wayisebenzisa nemali esakhishelwa yona.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite