Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 30:7 - IsiZulu 2020

7 UBhiliha isisebenzi sikaRaheli saphinda sakhulelwa, samzalela uJakobe enye indodana.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 UBiliha incekukazi kaRaheli wabuye wakhulelwa, wamzalela uJakobe indodana yesibili.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 UBiliha incekukazi kaRaheli wabuye wakhulelwa, wazalela uJakobe indodana yesibili.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 30:7
6 Referans Kwoze  

URaheli wathi: “UNkulunkulu ungehlulele, futhi ulizwile izwi lokunxusa kwami, wangipha indodana.” Ngenxa yalokho wayiqamba igama wathi nguDani.


URaheli wathi: “Ngibambene nodadewethu ngezikhwepha ezinkulu, ngamnqoba.” Wayeseyiqamba igama wathi nguNafethali.


Lawo kwakungamadodana kaBhiliha, uLabani ayemunike yena uRaheli, indodakazi yakhe, esewonke ayeyisikhombisa.


Amadodana kaNafethali: kwakunguJahiziyeli, uGuni, uJezeri, noShilemu.


Abozalo lukaNafethali, ngokolibo lwemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu, bonke abangaphuma impi:


“UNafethali uyakuba nesabelo ngasemngceleni wakwa-Asheri, kusukela ohlangothini olusempumalanga kuze kube kolusentshonalanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite