Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 30:42 - IsiZulu 2020

42 Uma kungezintekenteke emhlanjini angazibeki izinduku. Zonke ezintekenteke kwaba ngezikaLabani, eziqinile zaba ngezikaJakobe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

42 Kepha lapho umhlambi wawubuthakathaka, akazifakanga; yathi-ke ebuthakathaka yaba ngekaLabani neqinileyo yaba ngekaJakobe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

42 Kodwa lapho izinkomo sezibuthakathaka akazifakanga; zazinjalo ezibuthakathaka zikaLabani nezinamandla zikaJakobe.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 30:42
3 Referans Kwoze  

Kwakuthi njalo uma eziqinileyo emhlanjini zikhwelana, uJakobe abeke izinduku phambi kwazo emikhombeni ukuze zikhwelwe zibheke kuzo.


Ngokwenza kanjalo, uJakobe waba yisicebi esikhulu, enemihlambi emikhulu yezimvu, nezimbuzi, nezincekukazi, nezinceku, namakameli, nezimbongolo.


“Yathi: ‘Bheka phezulu, ubone ukuthi zonke izimpongo ezikhwela umhlambi zinemishu, ezinye zimabhadubhadu, nezinye ziyihunqu; ngokuba ngikubone konke uLabani akwenza kuwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite