Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 30:40 - IsiZulu 2020

40 UJakobe wawehlukanisa lawo mazinyane emhlanjini kaLabani. Ngesikhathi zikhwela, wabhekisa ubuso bemihlambi kwezikaLabani, kwezinemishwi nezimnyama. Ezakhe wazehlukanisa azaze zahlangana nemihlambi kaLabani.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 UJakobe wayesahlukanisa amawundlu, wabhekisa ubuso bemihlambi kwezinemishwe nakwezimnyama emhlambini kaLabani; wabeka amaqembu akhe abe wodwa engawafaki emhlambini kaLabani.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

40 UJakobe wawahlukanisa amawundlu, wabhekisa ubuso bomhlambi kwezinemishwe nakuzo zonke ezinsundu phakathi komhlambi kaLabani; futhi wahlukanisa umhlambi wakhe futhi akawubekelanga umhlambi kaLabani.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 30:40
2 Referans Kwoze  

Ngenxa yokuba zazikhwelana phambi kwezinduku, zonke zazala amazinyane ahunqu, namabhadubhadu, namabalabala.


Kwakuthi njalo uma eziqinileyo emhlanjini zikhwelana, uJakobe abeke izinduku phambi kwazo emikhombeni ukuze zikhwelwe zibheke kuzo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite