Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 30:37 - IsiZulu 2020

37 UJakobe wathatha izinduku zikabhabhulini, nezomu-alimondi, nezesinana, wazixebula amaxolo, kwavela okumhlophe ezindukwini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 UJakobe wathatha izinti ezimanzi zompopula* nezomalimondi* nezompelatani,* wazebula imishwe emhlophe, wambula okumhlophe okusezintini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

37 UJakobe wazithathela izinti zompopulari eziluhlaza nezom-hazeli nezomquba; waligcwalisa ngemishwe emhlophe, wenza okumhlophe okuseziqephuzweni kubonakale.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 30:37
6 Referans Kwoze  

Imisedari esensimini kaNkulunkulu yayingenakuwusitha; imisayiphuresi ingafani namagatsha awo, nemiphelathani ingenjengamagatsha awo, kungekho nowodwa umuthi ensimini kaNkulunkulu ofana nawo ngobuhle.


Ayesehamba ibanga lezinsuku ezintathu eqhela kuJakobe, uJakobe waqhubeka nokwelusa umhlambi kaLabani.


Wazibeka lezo zinduku ezixetshuliweyo kuyo yonke imikhombe ezazizophuza kuyo ukuze zibe phambi kwezimbuzikazi ngesikhathi zifika ukuzophuza, ngokuba yilapho zazikhwelana khona.


nalapho abantu besaba okuphakemeyo, isihlahla somAlimondi siyoqhakaza, intethe itotobe, izihlahla zekaphari zingatheli, ngokuba umuntu useya ekhaya lakhe laphakade, abalilayo bayazulazula emigwaqweni,


Izwi likaSimakade lafika kimi, lathi: “Jeremiya, ubonani na?” Ngathi: “Ngibona igatsha lomu-alimondi.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite