Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 30:15 - IsiZulu 2020

15 Kepha wathi kuye: “Akwanele yini ukungithathela umyeni wami; manje usufuna ukungiphuca namamandarike omntanami na?” URaheli wathi: “Kulungile-ke, uJakobe uzolala nawe ngalobu busuku uma unginika amamandarike endodana yakho.”

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Wathi kuye: “Kuncane yini ukuba uthathile umyeni wami na? Usuyakuthatha namamandragora endodana yami na?” URaheli wathi: “Ngalokho uzakulala nawe ngalobu busuku ngamamandragora endodana yakho.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Wathi kuye: “Kuncane yini ukuthi uthathile umyeni wami na?” futhi uyafuna futhi ukuphuca ama-apula othando endodaneni yami? URaheli wayesethi: “Ngalokho uzolala nawe namuhla ebusuku ngenxa yama-apula othando endodana yakho.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 30:15
7 Referans Kwoze  

Kuyinto encane yini ukuthi wasikhuphula ezweni elichichima ubisi noju ukuba sizofela lapha ehlane; usuzozenza umbusi phezu kwethu na?


Kepha kimi kuyinto elula ukuba ningahlulele, noma ngahlulelwe ngabantu; nami luqobo angizahluleli.


Awuhambanga njengezindlela zabo, awenzanga njengezinengiso zabo, kodwa ngesikhashana nje esincane, wena wonakala ukwedlula bona, ezindleleni zakho zonke.


Wayesethi: “Ake ulalele wena ndlu kaDavide! Kawukhathali yini ukuhlupha abantu, sewufuna ukukhathaza ngisho uNkulunkulu wami na?


Ngezinsuku zokuvunwa kukakolo, uRubeni waya endle wathola amamandarike. Wawaletha kunina uLeya. URaheli wathi kuLeya: “Ake ungiphe nami amamandarike endodana yakho.”


Kwathi kusihlwa uJakobe esebuyela ekhaya evela emasimini, uLeya waphuma wamhlangabeza, wathi kuye: “Namhlanje uzolala nami, ngokuba ngikuqashe ngamamandarike endodana yami.” Walala naye ngalobo busuku.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite