Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 29:9 - IsiZulu 2020

9 Esakhuluma nabo uJakobe, kwafika uRaheli nezimvu zikayise, ngokuba nguyena owayezelusa.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Esakhuluma nabo, uRaheli wafika nezimvu zikayise, ngokuba wayezalusa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Esakhuluma nabo, uRaheli wafika nezimvu zikayise, ngokuba wayezelusa.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 29:9
7 Referans Kwoze  

UMose wavuma ukuhlala nalowo muntu. Waganisela uMose indodakazi yakhe uZiphora.


Ithe ingakaqedi ukuthandaza, kwafika uRibheka etshethe imbiza, wayezalwa nguBhethuweli indodana kaMilkha, umkaNahori, umfowabo ka-Abhrahama.


Bathi: “Asikwazi ukwenza lokho, ize imihlambi iphelele yonke, kugingqwe itshe emlonyeni womthombo, bese siyaziphuzisa izimvu.”


Kuthe lapho uJakobe embona uRaheli, indodakazi kaLabani, umzala wakhe, nezimvu zikaLabani umalume wakhe, uJakobe wasondela, wagingqa itshe elisusa emlonyeni womthombo, waphuzisa izimvu zikaLabani umalume wakhe.


Besakhuphuka ummango bephikelele emzini bahlangana namantombazane eyokukha amanzi, bathi kuwo: “Ukhona yini umboni na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite