UGenesise 29:34 - IsiZulu 202034 Wakhulelwa futhi, wathola indodana, wayiqamba igama wathi nguLevi, ngokuba wathi: “Impela manje umyeni wami uzonamathela kimi, ngoba sengimzalele amadodana amathathu.” Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE34 Wabuye wakhulelwa, wazala indodana, wathi: “Manje ngalesi sikhathi umyeni wami uyakunamathela kimi, ngokuba ngimzalele amadodana amathathu,” ngalokho waqamba igama layo ngokuthi uLevi. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202434 Wabuye wakhulelwa, wazala indodana; wathi: “Manje umyeni wami usezakungilandela manje, ngokuba ngimzalele amadodana amathathu.” ngalokho igama lakhe lathiwa uLevi. Gade chapit la |