Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 29:3 - IsiZulu 2020

3 Kwakuthi lapho imihlambi isihlangene, abelusi bagingqe itshe emlonyeni womthombo, baphuzise izimvu, bese belibuyisela endaweni yalo, bagibekele ngalo umlomo womthombo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Kwabuthelwa khona imihlambi yonke, balisusa itshe emlonyeni womthombo, baphuzisa izimvu, balibuyisela itshe emlonyeni womthombo endaweni yalo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Kwabuthana khona yonke imihlambi, bagingqe itshe lisuke emlonyeni womthombo, baphuzise izimvu, balibuyisele itshe emlonyeni womthombo endaweni yalo.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 29:3
6 Referans Kwoze  

Esabheka, wabona umthombo endle nemihlambi emithathu yezimvu ilele eduze kwawo, ngokuba yayiphuziswa kulowo mthombo. Itshe elalisemlonyeni wawo lalilikhulu kakhulu.


UJakobe wabuza abelusi wathi: “Bafowethu, niliqhamukisaphi na?” Bamphendula bathi: “EHarana.”


Abelusi bafika bawaxosha, kodwa uMose wasukuma wawasiza, wawuphuzisa umhlambi wawo.


Lalelani umsindo wabaculi besemithonjeni yamanzi, lapho bephinda ukunqoba kuka-Simakade, ukunqoba kwezihlupheki kwa-Israyeli. Abantu bakaSimakade behlela emasangweni.


Uyisivande esihluthulelwe, ungumthombo ohluthulelweyo, isiphethu esibekwe uphawu, dadewethu, makoti wami.


Bathi: “Asikwazi ukwenza lokho, ize imihlambi iphelele yonke, kugingqwe itshe emlonyeni womthombo, bese siyaziphuzisa izimvu.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite