Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




UGenesise 29:24 - IsiZulu 2020

24 ULabani wanikela isisebenzi sakhe uZilipha ukuba sibe yisisebenzi sendodakazi yakhe uLeya.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 ULabani wanika indodakazi yakhe uLeya incekukazi yakhe uZilipa, abe yincekukazi yakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 ULabani wanika indodakazi yakhe uLeya, incekukazi yakhe uZilipa, ibe yisigqila.

Gade chapit la Kopi




UGenesise 29:24
7 Referans Kwoze  

USarayi umka-Abhrama wayengamtholeli bantwana; wayenencekukazi engumGibhithe, igama layo kunguHagari.


Yilawo-ke amagama amadodana ayeyi-16 kaZilipha, awazalela uJakobe. ULabani wayenike uLeya indodakazi yakhe uZilipha ukuba abe yisisebenzi sakhe.


Ngakho-ke bamvumela udadewabo uRibheka, nempelesi yakhe, bahamba nenceku ka-Abhrahama, nabantu bayo.


Kepha kusihlwa wathatha indodakazi yakhe uLeya wayiyisa kuJakobe; uJakobe walala nayo.


Ekuseni wabona ukuthi ubelele noLeya. UJakobe waya kuLabani wathi kuye: “Yini lena oyenze kimi na? Angikusebenzelanga yini ukuze ngithole uRaheli na? Ungikhohliseleni na?”


Amadodana kaZilipha incekukazi kaLeya kunguGadi no-Asheri. Yilawo-ke amadodana kaJakobe awazala esePhadani Aramu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite