UGenesise 29:17 - IsiZulu 202017 ULeya wayenamehlo ayebuthakathaka kanti uRaheli wayemuhle ngesimo ebukeka kahle. Gade chapit laIBHAYIBHELI ELINGCWELE17 Amehlo kaLeya ayebuthakathaka, kepha uRaheli wayemuhle ngesimo, ebukeka kahle. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202417 ULeya wayenamehlo athambileyo; kepha uRaheli wayemuhle, ebukeka kahle. Gade chapit la |
Uma ususukile lapha kimi namuhla, uzohlangana nabantu ababili ngasethuneni likaRaheli, emngceleni wakwaBhenjamini eZeliza. Bayakuthi kuwe: ‘Izimbongolo owawuphume ukuyozifuna sezitholakele. Manje uyihlo akasakhathazekile ngezimbongolo, usekhathazeke ngani, uthi: “Ngiyakwenzenjani ngomntanami, na?” ’